Kwabase-Efesu 4:4-8
Kwabase-Efesu 4:4-8 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Munye umzimba, munye uMoya, njengalokho nabizelwa ethembeni linye lokubizwa kwenu; yinye iNkosi, yinye inkolo, munye umbhapathizo, munye uNkulunkulu, noYise wabo bonke, ophezu kwabo bonke, okubo bonke, okini nonke. Kodwa yilowo nalowo kithina uphiwe umusa ngokwesilinganiso sesipho sikaKristu. Ngakho uthi: Esenyukele phezulu, wathumba abathunjwa, wapha abantu izipho.
Kwabase-Efesu 4:4-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
munye umzimba, munye uMoya; njengalokhu nabizelwa ethembeni linye lokubizwa kwenu; yinye iNkosi, yinye inkolo, munye umbhabhadiso, munye uNkulunkulu, uYise wabo bonke, ophezu kwabo bonke, okubo bonke, futhi ophakathi kwabo bonke. Kepha yilowo nalowo phakathi kwethu, uphiwe umusa ngokwesilinganiso sesipho sikaKhristu. Ngakho kuthi
Kwabase-Efesu 4:4-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
munye umzimba, munye uMoya, njengalokho nabizelwa ethembeni linye lokubizwa kwenu; yinye iNkosi, yinye inkolo, munye umbhapathizo; munye uNkulunkulu, uYise wabo bonke, ophezu kwabo bonke, okubo bonke, ophakathi kwabo bonke. Kepha yilowo nalowo kithina uphiwe umusa ngokwesilinganiso sesipho sikaKristu. Ngalokho uthi
Kwabase-Efesu 4:4-8 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)