Kwabase-Efesu 2:8-10
Kwabase-Efesu 2:8-10 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba ngomusa nisindisiwe ngokukholwa; nalokhu akuveli kini, kuyisipho sikaNkulunkulu; akuveli ngemisebenzi, ukuze kungabikho ozibongayo. Ngokuba singumsebenzi wakhe kuKristu Jesu, sidalelwe imisebenzi emihle uNkulunkulu ayimisela ngaphambili ukuba sihambe kuyo.
Kwabase-Efesu 2:8-10 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba ngomusa nisindisiwe ngokukholwa; lokhu akuveli kini, kodwa kuyisipho sikaNkulunkulu, futhi akuyi ngemisebenzi, funa kube khona ozibongayo. Thina singumsebenzi wakhe, sidalelwe imisebenzi emihle kuKhristu uJesu, uNkulunkulu ayilungisela phambilini ukuba sihambe ngayo.
Kwabase-Efesu 2:8-10 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba ngomusa nisindisiwe ngokukholwa; nalokhu akuveli kini, kuyisipho sikaNkulunkulu; akuveli ngemisebenzi, ukuze kungabikho ozibongayo. Ngokuba singumsebenzi wakhe kuKristu Jesu, sidalelwe imisebenzi emihle ayilungisela ngaphambili uNkulunkulu ukuba sihambe kuyo.
Kwabase-Efesu 2:8-10 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)