KwabaseKolose 3:10-11
KwabaseKolose 3:10-11 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
sembathe umuntu omusha, owenziwa musha ekwazini ngokomfanekiso walowo owamdalayo; lapho kungekho khona umGreki nomJuda, ukusoka nokungasoki, owezizwe, umSkithe, isigqila noma okhululekile, kepha uKristu uyikho konke, ukubo bonke.
KwabaseKolose 3:10-11 IsiZulu 2020 (ZUL20)
nembethe omusha, owenziwa musha njalo ekwazini ngokomfanekiso walowo owamdalayo; lapho kungekho mGriki namJuda, ukusoka nokungasoki, owezizwe noma umSkithe, isigqila noma okhululekileyo, kodwa uKhristu uyikho konke, kubo bonke.
KwabaseKolose 3:10-11 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
nembethe omusha, owenziwa musha abe nokwazi ngokomfanekiso walowo owamdalayo, lapho kungekho mGreki namJuda, ukusoka nokungasoki, owezizwe noma umSkithe, isigqila noma okhululekileyo, kepha uKristu uyikho konke, ukubo bonke.
KwabaseKolose 3:10-11 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)