KwabaseKholose 3:10-11

KwabaseKholose 3:10-11 ZUL20

nembethe omusha, owenziwa musha njalo ekwazini ngokomfanekiso walowo owamdalayo; lapho kungekho mGriki namJuda, ukusoka nokungasoki, owezizwe noma umSkithe, isigqila noma okhululekileyo, kodwa uKhristu uyikho konke, kubo bonke.