KwabaseKolose 1:28-29
KwabaseKolose 1:28-29 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
esimshumayelayo, sixwayisa wonke umuntu, sifundisa wonke umuntu ngakho konke ukuhlakanipha; ukuze sethule wonke umuntu ephelele kuKristu Jesu; Nami ngiyakukhandlekela lokho, ngilwa ngokokusebenza kwakhe okusebenza kimi ngamandla.
KwabaseKolose 1:28-29 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
esimshumayelayo, sixwayisa wonke umuntu, sifundisa wonke umuntu ngakho konke ukuhlakanipha; ukuze sethule wonke umuntu ephelele kuKristu Jesu; Nami ngiyakukhandlekela lokho, ngilwa ngokokusebenza kwakhe okusebenza kimi ngamandla.
KwabaseKolose 1:28-29 IsiZulu 2020 (ZUL20)
OkunguYena esimshumayelayo, siluleka wonke umuntu, sibafundisa bonke abantu ngokuhlakanipha konke, ukuze sethule wonke umuntu ephelele kuKhristu, engiyisebenzelayo futhi ngokukhandleka, ngilwa ngokusebenza kwakhe okusebenza kimi ngamandla.
KwabaseKolose 1:28-29 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
okunguye esimshumayelayo, siluleka wonke umuntu, sifundisa wonke umuntu ngokuhlakanipha konke, ukuze simise wonke umuntu ephelele kuKristu, engikusebenzelayo futhi, ngilwa ngokusebenza kwakhe okusebenza kimi ngamandla.