I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

2 kuThimothewu 4:16-17

2 kuThimothewu 4:16-17 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Ekuziphenduleleni kwami kokuqala, kwakungekho noyedwa owayengakimi, kodwa bonke bangihlamuka; sengathi lokho kungebalelwe kubo. Kepha iNkosi yangimela, yangipha amandla ukuba intshumayelo ipheleliswe ngami, kuthi bonke abezizwe bayizwe, futhi ngakhululwa emlonyeni wengonyama.

Dlulisela
Funda 2 kuThimothewu 4

2 kuThimothewu 4:16-17 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Ekuziphenduleleni kwami kokuqala akukho muntu owama nami, kepha bonke bangishiya; Nokho iNkosi yema nami, yangiqinisa; ukuze ngami ivangeli laziwe ngokugcwele, nezizwe zonke zizwe; ngakhululwa emlonyeni wengonyama.

Dlulisela
Funda 2 kuThimothewu 4

2 kuThimothewu 4:16-17 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)

Ekuziphenduleleni kwami kokuqala akukho muntu owama nami, kepha bonke bangishiya; Nokho iNkosi yema nami, yangiqinisa; ukuze ngami ivangeli laziwe ngokugcwele, nezizwe zonke zizwe; ngakhululwa emlonyeni wengonyama.

Dlulisela
Funda 2 kuThimothewu 4

2 kuThimothewu 4:16-17 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Ekuziphenduleleni kwami kokuqala kwakungekho muntu ongimelayo, kepha bonke bangishiya; makungabalelwa kubo lokho; kodwa iNkosi yangimela, yangipha amandla ukuba intshumayelo ipheleliswe ngami, nabezizwe bonke bezwe; ngase ngikhululwa emlonyeni wengonyama.

Dlulisela
Funda 2 kuThimothewu 4
I-YouVersion

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo