1 kaJohane 5:14-15
1 kaJohane 5:14-15 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Yilokhu ukuqiniseka esinakho kuye, ukuthi, uma sicela utho ngokwentando yakhe, uyasizwa; Uma sazi ukuthi uyasizwa, noma yini esiyicelayo, siyazi ukuthi sinazo izicelo esizicelile kuye.
Dlulisela
Funda 1 kaJohane 51 kaJohane 5:14-15 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Yilesi isibindi esinaso kuye sokuthi uma sicela utho ngokwentando yakhe, uyasizwa. Uma sazi ukuthi uyasizwa noma sicelani, siyazi ukuthi sinakho esikucelileyo, esikucele kuye.
Dlulisela
Funda 1 kaJohane 51 kaJohane 5:14-15 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Yilesi sibindi esinaso kuye sokuthi, uma sicela utho ngokwentando yakhe, uyasizwa. Uma sazi ukuthi uyasizwa noma sicelani, siyazi ukuthi sinakho esikucelileyo, esikucele kuye.
Dlulisela
Funda 1 kaJohane 5