1 kaJohane 4:2-3
1 kaJohane 4:2-3 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Yazini uMoya kaNkulunkulu ngalokhu: Bonke omoya abavuma ukuthi uJesu Kristu uzile enyameni bangabakaNkulunkulu; Futhi wonke umoya ongamvumi ukuthi uJesu Kristu uzile enyameni, akasiye okaNkulunkulu; namanje isikhona emhlabeni.
1 kaJohane 4:2-3 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UMoya kaNkulunkulu niyakumazi ngalokhu: bonke omoya abakuvumayo ukuthi uJesu Khristu uzelwe waba ngumuntu bangabakaNkulunkulu. Lowo moya ongamvumi uJesu Khristu, akasiye okaNkulunkulu; lowo moya-ke ungokamphikukhristu, lo enitshelwe ngaye ukuthi uyeza, manje-ke usefikile ezweni.
1 kaJohane 4:2-3 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Yazini uMoya kaNkulunkulu ngalokhu: bonke omoya abavuma ukuthi uJesu Kristu ufikile enyameni bangabakaNkulunkulu; lowo moya ongamvumi uJesu akasiye okaNkulunkulu; lowo ungowomphikukristu enizwe ngaye ukuthi uyeza, nakalokhu usefikile ezweni.
1 kaJohane 4:2-3 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)