1 kaJohane 4:10-11
1 kaJohane 4:10-11 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Uthando lukulokhu: akusikho ukuthi thina samthanda uNkulunkulu, kodwa Yena wasithanda thina, wathumela iNdodana yakhe ibe yinhlawulo ngezono zethu. Bathandekayo, uma uNkulunkulu asithanda kanjalo, nathi simelwe ukuthandana.
1 kaJohane 4:10-11 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Uthando lukulokhu, kungesikho ukuthi thina samthanda uNkulunkulu, kepha ukuthi yena wasithanda thina, wathuma iNdodana yakhe ibe yinhlawulo ngezono zethu. Bathandekayo, uma uNkulunkulu wasithanda kanjalo, nathi simelwe ukuthandana.
1 kaJohane 4:10-11 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Uthando lukulokhu, kungesikho ukuthi thina samthanda uNkulunkulu, kodwa ukuthi yena wasithanda, wathuma iNdodana yakhe ibe yinhlawulo ngezono zethu. Bathandekayo, uma uNkulunkulu wasithanda kanjalo, nathi simelwe ukuthandana.
1 kaJohane 4:10-11 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)