URuthe 1:19-21

URuthe 1:19-21 CZB24

Base behamba bobabili baze bafika eBetlehema. Futhi lapho befika eBhetlehema, umuzi wonke waxokozela, wathi: Ingabe lo uNawomi? Wathi kubo: “Ningangibizi ngokuthi uNawomi; ngibizeni ngokuthi uMara, ngokuba uSomandla ungiphathe kumunyu kakhulu.” Ngaphuma ngigcwele, uJehova wangibuyisa ngize; ningibizelani ngokuthi nginguNawomi, lokhu uJehova efakaza ngami, nokuthi uSomandla ungicindezele na?

Funda URuthe 1

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne URuthe 1:19-21