(Ihubo losuku lwesabatha.) Kuhle ukudumisa uJehova nokuhubela igama lakho, wena oPhezukonke. Ukwembula umusa wakho ekuseni nokuthembeka kwakho ubusuku bonke, Ensimbini enezintambo eziyishumi nangogubhu; ngehabhu elinomsindo onesizotha. Ngokuba wena Jehova uyangithokozisa ngomsebenzi wakho; ngiyakunqoba ngemisebenzi yezandla zakho.
Funda Amahubo 92
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Amahubo 92:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo