INkosi izalahla kuze kube nininini? futhi ngeke yini athandeke kakhulu? Umusa wakhe uphele phakade na? isithembiso sakhe asifezeki kuze kube phakade na? UNkulunkulu ukhohliwe yini ukuba lesihawu? Usewuvalile yini umusa wakhe ngolaka? Sela. Ngase ngithi: Lokhu kungubuthakathaka bami, kepha ngiyakukhumbula iminyaka yesandla sokunene soPhezukonke. Ngiyakukhumbula imisebenzi kaJehova; ngiyakukhumbula izimangaliso zakho zasendulo. Ngiyakuzindla ngawo wonke umsebenzi wakho, ngikhulume ngezenzo zakho.
Funda Amahubo 77
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Amahubo 77:7-12
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo