Amahubo 68:1-3

Amahubo 68:1-3 CZB24

Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Makavuke uNkulunkulu, zihlakazeke izitha zakhe; labo abamzondayo kababaleke kuye. Baxosheni njengokupheshulwa komusi; njengokuncibilika kwengcina phambi komlilo, kanjalo ababi mababhubhe phambi kukaNkulunkulu. Kodwa abalungileyo kathokoze; mabajabule phambi kukaNkulunkulu, yebo, mabajabule kakhulu.