Ngahlulele, Nkulunkulu, ungivikele esizweni esibi; ngikhulule kumuntu onenkohliso nongalungile. Ngokuba wena unguNkulunkulu wamandla ami; ungilahlelani na? ngiyakulilelani ngokucindezelwa kwesitha na? Thumela ukukhanya kwakho neqiniso lakho; mabangiqondise; mabangiyise entabeni yakho engcwele nasematendeni akho. Khona ngiyakuya e-altare likaNkulunkulu, kuNkulunkulu intokozo yami enkulu; yebo, ethafeni ngiyakukudumisa, Nkulunkulu Nkulunkulu wami. Kungani udangale, mphefumulo wami? nikhathazekeleni kimi na? thembela kuNkulunkulu, ngokuba ngisezakumdumisa oyimpiliso yobuso bami noNkulunkulu wami.
Funda Amahubo 43
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Amahubo 43:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo