Amahubo 36:5-7

Amahubo 36:5-7 CZB24

Umusa wakho, Jehova, usezulwini; nokuthembeka kwakho kufinyelela emafwini. Ukulunga kwakho kunjengezintaba ezinkulu; Ukwahlulela kwakho kungukujula okukhulu; O Jehova, uvikela abantu nezilwane. Yeka ubukhulu bomusa wakho, Nkulunkulu! ngalokho abantwana babantu babeka ithemba labo ethunzini lamaphiko akho.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Amahubo 36:5-7