AmaHubo 36:5-7

AmaHubo 36:5-7 ZUL59

Jehova, ububele bakho bufinyelela ezulwini, nokuthembeka kwakho kuze kube semafwini. Ukulunga kwakho kunjengezintaba ezinkulukazi, ukwahlulela kwakho kulutwa olukhulu; usindisa abantu nezilwane, Jehova. Ububele bakho, Nkulunkulu, buyigugu elingaka; abantwana babantu bakhosela ethunzini lamaphiko akho.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 36:5-7