Amahubo 21:1-2

Amahubo 21:1-2 CZB24

Kumholi wokuhlabelela, ihubo likaDavide. Inkosi iyakuthokoza ngamandla akho, Jehova; futhi yeka ukuthi uyojabula kangakanani ngensindiso yakho! Wamnika isifiso senhliziyo yakhe, kawusigodlanga isicelo sezindebe zakhe. Sela.