Amahubo 145:1-3

Amahubo 145:1-3 CZB24

(Ihubo lokudumisa likaDavide.) Ngiyakukubonga, Nkulunkulu wami, nkosi; ngiyakulidumisa igama lakho kuze kube phakade naphakade. Ngizokubusisa izinsuku zonke; ngiyakulidumisa igama lakho kuze kube phakade naphakade. UJehova mkhulu futhi kufanele adunyiswe kakhulu; nobukhulu bakhe abunakulinganiswa.