Amahubo 104:24-28

Amahubo 104:24-28 CZB24

O Jehova, yeka ukuthi miningi kangakanani imisebenzi yakho! zonke wazenza ngokuhlakanipha; umhlaba ugcwele ingcebo yakho. Lunjalo lolu lwandle olukhulu nolubanzi, okukhona kulo izilwane ezinwabuzelayo ezingenakubalwa, ezincane nezinkulu. Lapho kuhamba imikhumbi; kukhona uLeviyathani owamenza ukuba adlale kulo. Bonke balindele wena; ukuthi ungabapha ukudla ngesikhathi esifanele. Lokho obanika khona, bayakubutha; Uyavula isandla sakho, zigcwele izinto ezinhle.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo