Izaga zikaSolomoni 5:3-4

Izaga zikaSolomoni 5:3-4 CZB24

Ngokuba izindebe zowesifazane ongaziwa ziconsa njengezinyosi, nomlomo wakhe ubushelelezi kunamafutha. Kodwa ukuphela kwawo kubaba njengentuva, kubukhali njengenkemba esika nhlangothi zombili.