Wafika eBetsayida; basebeletha kuye isiphofu, bamncenga ukuthi asithinte. Wayibamba ngesandla impumputhe, wayiyisa ngaphandle komuzi; wafela amathe emehlweni ayo, wabeka izandla zakhe phezu kwayo, wayibuza ukuthi ibona utho yini. Yasiphakamisa amehlo, yathi: Ngibona abantu behamba kungathi yizihlahla. Emva kwalokho wabuye wabeka izandla phezu kwamehlo aso, wasiphakamisa, sasisindiswa, sababona bonke kahle. Waseyithuma endlini yayo, esithi: Ungangeni emzini, ungatsheli muntu emzini. UJesu waphuma nabafundi bakhe baya emizini yaseKesariya Filipi; besendleleni wababuza abafundi bakhe, wathi kubo: “Abantu bathi ngingubani na?
Funda Marku 8
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Marku 8:22-27
7 Days
Do you ever feel like you’re doing all the right things with all the wrong outcomes? Maybe you’re trying to connect with God, but you feel farther from Him than ever. If you’re on the brink of burnout, this 7-day Bible Plan, accompanying Pastor Craig Groeschel’s message series, is for you. It’s time to stop working for Jesus and start walking in the way of Jesus.
12 Days
Welcome to the Hymn of Heaven devotional series. Each daily reading coincides with a different song from my album, Hymn of Heaven. These songs were written to inspire worship in listeners' hearts, and I pray this series does the same as you read along. Huge thanks to my friend and pastor, Benji Horning, for helping me bring these thoughts to life. We pray you are blessed!
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo