Marku 6:41-43

Marku 6:41-43 CZB24

Wazithabatha izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wazibusisa, wazihlephula izinkwa, wazinika abafundi bakhe, ukuba bazibeke phambi kwabo; lezinhlanzi ezimbili wababela bonke. Badla bonke, basutha. Babutha imvuthuluka, iziqabetho eziyishumi nambili ezigcwele, nezezinhlanzi.

Funda Marku 6

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Marku 6:41-43