Ngalolo suku sekuhlwile, wathi kubo: “Asiwele siye ngaphesheya. Sebemukisile isixuku, bamthatha esemkhunjini. Kwakukhona neminye imikhumbi emincane kanye naye. Kwavuka isivunguvungu esikhulu somoya, amaza ashaya umkhumbi, waze wasugcwele. Yena wayengemuva emkhunjini elele emqamelweni; bamvusa, bathi kuye: “Mfundisi, awukhathali ukuthi siyabhubha na? Wasevuka, wawukhuza umoya, wathi kulo ulwandle: Thula, uthi cwaka. Umoya wanqamuka, kwaba khona ukuthula okukhulu.
Funda Marku 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Marku 4:35-39
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo