Wathi: “Umbuso kaNkulunkulu unjengoba umuntu ephonsa inhlanyelo emhlabathini; Alale, avuke ubusuku nemini, imbewu ihlume, ikhule, yena engazi ukuthi kanjani. Ngokuba umhlabathi uthela isithelo ngokwawo; kuqala ikhaba, kulandele isikhwebu, bese kuba amabele agcwele esikhwebu; Kodwa nxa isithelo sesivuthiwe, alifake masinyane isikela, ngoba ukuvuna sekufikile.
Funda Marku 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Marku 4:26-29
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo