Kwathi besadla, uJesu wathatha isinkwa, wasibusisa, wasihlephula, wabanika, wathi: Thathani, lidle: lokhu kungumzimba wami. Waseyithatha inkezo, wabonga, wabanika, baphuza kuyo bonke. Wasesithi kubo: Lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elichithelwa abanengi. Ngiqinisile ngithi kini: Angisayikuphuza okwesithelo somvini, kuze kufike lolo suku engiyakusiphuza ngalo sisisha embusweni kaNkulunkulu. Sebehlabelele igama lokubonga, baphuma baya eNtabeni Yeminqumo.
Funda Marku 14
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Marku 14:22-26
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo