Marku 11:22-24

Marku 11:22-24 CZB24

UJesu waphendula wathi kubo: Yibani nokholo kuNkulunkulu. Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Yilowo nalowo oyakuthi kule ntaba: ‘Suka, uphonseke elwandle;’ engangabazi enhliziyweni yakhe, kodwa ekholwa ukuthi lokho akutshoyo kuyenzeka; uzakuba lalokho akutshoyo. Ngakho-ke ngithi kini: Konke enikucelayo nikhuleka, kholwani ukuthi nikutholile, niyakuba nakho.

Funda Marku 11

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Marku 11:22-24