Marku 10:29-31

Marku 10:29-31 CZB24

UJesu waphendula wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Akakho oshiye indlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amasimu ngenxa yami nangenxa yevangeli; Kodwa izakwemukeliswa kayikhulu khathesi ngalesisikhathi, izindlu, labafowabo, labodadewabo, labonina, labantwana, lamasimu, kanye lokuzingelwa; nasezweni elizayo ukuphila okuphakade. Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina; abokugcina kuqala.

Funda Marku 10

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Marku 10:29-31