Mathewu 8:5-10

Mathewu 8:5-10 CZB24

Kwathi uJesu esengenile eKapenawume, kweza kuye induna yekhulu, yamncenga. Ethi: Nkosi, inceku yami ilele endlini ofe uhlangothi, ibuhlungu kakhulu. UJesu wathi kuye: Mina ngizakuza ngimphulukise. Induna yekhulu yaphendula yathi: Nkosi, kangifanele ukuthi ungene ngaphansi kophahla lwami; Ngokuba nami ngingumuntu ophansi kwegunya, nginamasosha phansi kwami; futhi kwenye: Woza, futhi uyeza; nasencekwini yami, Yenza lokhu, ikwenze. UJesu ekuzwa wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngithole ukholo olungaka nakwa-Israyeli.

Funda Mathewu 8

Video for Mathewu 8:5-10