Mathewu 27:62-66

Mathewu 27:62-66 CZB24

Kwathi ngangomuso, olulandela usuku lokulungisela, abapristi abakhulu nabaFarisi babuthana kuPilatu; besithi: Nkosi, siyakhumbula ukuthi umkhohlisi lowo esaphila wathi: Emva kwezinsuku ezintathu ngizavuka. Ngakho yala ukuba liqiniswe ithuna kuze kube lusuku lwesithathu, hlezi abafundi bakhe beze ebusuku, bamebe, bathi ebantwini: Uvukile kwabafileyo; UPilatu wathi kubo: Ninabalindi; Bahamba-ke, baligcina ithuna, bebeka uphawu etsheni, nabalindi.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Mathewu 27:62-66