Mathewu 23:27-28

Mathewu 23:27-28 CZB24

Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nifana namathuna acakiwe, abonakala emahle ngaphandle, kepha ngaphakathi agcwele amathambo abafileyo nokungcola konke. Kanjalo nani ngaphandle nibonakala kubantu nilungile, kepha ngaphakathi nigcwele ukuzenzisa nobubi.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Mathewu 23:27-28