Mathewu 22:37-39

Mathewu 22:37-39 CZB24

UJesu wathi kuye: “Woyithanda iNkosi uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho, nangawo wonke umphefumulo wakho, nangayo yonke ingqondo yakho. Lona ngumyalo wokuqala nomkhulu. Owesibili ofana nawo uthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.

Video for Mathewu 22:37-39