Luka 23:44-46

Luka 23:44-46 CZB24

Kwathi kungaba yihora lesithupha, kwaba khona ubumnyama phezu komhlaba wonke kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye. Ilanga laba mnyama, iveli lethempeli ladabuka phakathi. UJesu wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Baba, ezandleni zakho ngiyawubeka umoya wami.” Eseshilo lokho wafa.

Funda Luka 23