Yena wahlehla kubo okungaba yibanga lokuphonswa kwetshe, waguqa ngamadolo, wakhuleka. Ethi: “Baba, uma uthanda, susa lesisitsha kimi; Kwabonakala kuye ingelosi ivela ezulwini imqinisa. Esosizini olunzima wakhuleka eqinisela, izithukuthuku zakhe zaba njengamathonsi egazi, aconsela emhlabathini.
Funda Luka 22
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Luka 22:41-44
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo