Luka 21:25-27

Luka 21:25-27 CZB24

Kuyakuba khona izibonakaliso elangeni nasenyangeni nasezinkanyezini; nasemhlabeni usizi lwezizwe, zididekile; kuhlokoma ulwandle namagagasi; Izinhliziyo zabantu ziphela amandla ngokwesaba nangokubheka izinto ezizayo emhlabeni, ngokuba amandla ezulu ayakuzanyazanyiswa. Khona-ke bayakubona iNdodana yomuntu iza ngeyezi inamandla nenkazimulo enkulu.

Funda Luka 21