Babuya abelusi, bemdumisa, bembonga uNkulunkulu ngakho konke ababekuzwile nabakubonile, njengalokho kwakukhulunyiwe kubo. Kwathi seziphelile izinsuku eziyisificaminwembili zokuba umntwana asokwe, igama lakhe lathiwa uJesu, eliqanjwe ingelosi ngaphambi kokuba akhulelwe.
Funda Luka 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Luka 2:20-21
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo