Luka 18:15-17

Luka 18:15-17 CZB24

Baletha kuye nabantwana abancane ukuba abathinte; kepha abafundi sebekubona babakhuza. Kepha uJesu wababizela kuye, wathi: “Vumelani abantwana beze kimi, ningabenqabeli, ngokuba umbuso kaNkulunkulu ungowabanjalo. Ngiqinisile ngithi kini: Yilowo nalowo ongamukeli umbuso kaNkulunkulu njengomntwana kasoze angena kuwo.

Funda Luka 18