Luka 16:14-15

Luka 16:14-15 CZB24

NabaFarisi abahahayo bezwa konke lokho, bamklolodela. Wathi kubo: “Nina ningabazishaya abalungileyo phambi kwabantu; kepha uNkulunkulu uyazazi izinhliziyo zenu, ngokuba lokho okuphakeme phakathi kwabantu kuyisinengiso emehlweni kaNkulunkulu.

Funda Luka 16