Luka 12:54-59

Luka 12:54-59 CZB24

Wayesethi nakuzo izixuku: “Nxa nibona ifu livela entshonalanga, masinyane nithi: ‘Kuyeza imvula;’ futhi kunjalo. Nxa nibona umoya waseningizimu uphephetha, nithi: ‘Kuzoba ukushisa;’ futhi kwenzeka. Bazenzisi, niyakwazi ukubona ubuso bezulu nomhlaba; kodwa kungani lingaqedisisi lesisikhathi? Yebo, kungani nina ngokwenu ningazahluleli okulungile na? Nxa uya enkosini nomelene nawe, nisesendleleni, qiniseka ukuthi ukhululwe kuye; funa akudonsele kumahluleli, umahluleli akunikele esikhonzini, iphoyisa likuphonse etilongweni. Ngithi kuwe: Kawusoze usuke lapho, uze ukhiphe imadlana yokugcina.

Funda Luka 12

Ama vidiyo ahlobene nalokhu