Luka 11:11-13

Luka 11:11-13 CZB24

Uma indodana icela isinkwa kunoma ubani kini onguyise, ayinike itshe na? noma icela inhlanzi, ayinike inyoka esikhundleni senhlanzi na? Noma uma icela iqanda, ayinike ufezela na? Ngakho-ke uma nina enibabi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha abacela kuye uMoya oNgcwele na?

Funda Luka 11