Ngakho-ke angiyikubamba umlomo wami; Ngiyakukhuluma ekuhluphekeni komoya wami; ngiyakukhononda ngomunyu womphefumulo wami. Ngilulwandle kumbe umkhomo yini, ukuthi ungiqaphe? Uma ngithi: Umbhede wami uyakungiduduza, umbhede wami ukhululeke ukukhala kwami; Khona-ke uyangethusa ngamaphupho, ungethuse ngemibono. Ngakho umphefumulo wami ukhetha ukuklinywa nokufa kunokuphila kwami. Ngiyanengwa; angiyikuphila njalo: ake ngime; ngoba izinsuku zami ziyize.
Funda UJobe 7
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UJobe 7:11-16
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo