USathane wayesesuka ebusweni bukaJehova, wamshaya uJobe ngamathumba, kusukela ematheni ezinyawo zakhe kuze kufike okhakhayini. Wasethatha isitsha sobumba ukuze azinwaye ngaso; wahlala phansi emlotheni. Umkakhe wasesithi kuye: Usagcina ubuqotho bakho yini? thuka uNkulunkulu, ufe. Kepha wathi kuye: “Ukhuluma njengokukhuluma kwabesifazane abayiziwula.” Ini? siyakwamukela okuhle esandleni sikaNkulunkulu, singamukeli okubi na? Kukho konke lokhu uJobe akonanga ngomlomo wakhe.
Funda UJobe 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UJobe 2:7-10
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo