Owesifazane wathi kuye: “Nkosi, ngiphe lawo manzi, ukuze ngingomi, futhi ngingezi ukuzokha lapha. UJesu wathi kuye: “Hamba, ubize indoda yakho, uze lapha. Owesifazana waphendula wathi: Kangilandoda. UJesu wathi kuye: “Usho kahle ukuthi: Anginandoda; Ngokuba ubunamadoda amahlanu; le onayo kalokhu akusiyo indoda yakho; Owesifazane wathi kuye: “Nkosi, ngiyabona ukuthi ungumprofethi wena.
Funda Johane 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Johane 4:15-19
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo