UJeremiya 31:31-34

UJeremiya 31:31-34 CZB24

Bhekani, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli; kanye nendlu kaJuda. Kungenjengesivumelwano engasenza laboyise mhla ngibabamba ngesandla ngibakhupha elizweni leGibhithe; ukuthi basephulile isivumelwano sami, nakuba ngangingumuntu kubo,” usho uJehova. Kodwa yilesi isivumelwano engizasenza lendlu kaIsrayeli; Emva kwalezo zinsuku, usho uJehova, ngiyakubanikeza umthetho wami phakathi kwabo, ngiwulobe enhliziyweni yabo; futhi bayoba nguNkulunkulu kubo, futhi bayoba abantu Kimi. Abasayikufundisa, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe, kube yilowo nalowo umfowabo, bathi: ‘Yazini uJehova, ngokuba bonke bayakungazi, kusukela komncane kuye komkhulu phakathi kwabo, usho uJehova; ngoba ngizabathethelela. Ububi, nesono sabo angisayikusikhumbula.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJeremiya 31:31-34

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo