UJeremiya 29:10-12

UJeremiya 29:10-12 CZB24

Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: “Emva kokuba iminyaka engamashumi ayisikhombisa isiphelile eBabele, ngiyakunibheka, ngiligcwalise izwi lami elihle ngokunibuyisela kule ndawo. Ngokuba ngiyazi mina imicabango engiyicabangayo ngani,” usho uJehova, “imicabango yokuthula, kungabi ngeyokubi ukuba ngininike ithemba. Khona niyakungibiza, nihambe, nikhuleke kimi, ngiyakunilalela