UJeremiya 20:8-9

UJeremiya 20:8-9 CZB24

Ngokuba kusukela ekukhulumeni kwami ngiyakhala, ngobudlova nokuphanga; ngokuba izwi likaJehova lenziwa ihlazo nenhlekiso kimi imihla yonke. Ngase ngithi: “Angisayikumkhuluma, angisayikukhuluma egameni lakhe.” Kepha izwi lakhe lalinjengomlilo ovuthayo ovalelwe emathanjeni ami enhliziyweni yami