UGideyoni wathi kuye: “Awu, Nkosi yami, uma uJehova enathi, kungani konke lokhu kusehlele na? ziphi zonke izibonakaliso zakhe okhokho bethu abasitshela ngazo, besithi: UJehova kasikhuphulanga yini eGibhithe? kepha manje uJehova usilahlile, wasinikela esandleni sakwaMidiyani. UJehova wambheka, wathi: “Hamba ngalawa mandla akho, futhi uzokhulula u-Israyeli esandleni sakwaMidiyani.” Angikuthumanga yini? Wathi kuye: “Awu, Nkosi yami, ngiyakumkhulula ngani u-Israyeli na?” bheka, umndeni wakithi umpofu kwaManase, mina ngingomncinyane endlini kababa.
Funda Abahluleli 6
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Abahluleli 6:13-15
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo