EkaJokobe 5:7-8

EkaJokobe 5:7-8 CZB24

Ngakho bekezelani, bazalwane, kuze kube sekufikeni kweNkosi. Bhekani, umlimi ulindela isithelo somhlaba esinqabileyo, uyabekezela ngaso, aze amukele imvula yokuqala neyamuva. Bekezelani nani; niqinise izinhliziyo zenu, ngokuba ukufika kweNkosi kusondele.