U-Isaya 6:8-10

U-Isaya 6:8-10 CZB24

Ngase ngizwa izwi leNkosi lithi: “Ngiyakuthuma bani, futhi ngubani oyakusiyela na?” Ngase ngithi: Nangu mina; ngithumele. Wathi: “Hamba, uthi kulaba bantu: ‘Yizwani nokuzwa, kepha ningaqondi; niyabona, kepha aniboni. Yenza inhliziyo yalaba bantu ikhuluphale, wenze izindlebe zabo zibe lukhuni, uvale amehlo abo; funa babone ngamehlo abo, bezwe ngezindlebe zabo, baqedisise ngenhliziyo, baphenduke, baphiliswe.

Funda U-Isaya 6

Verse Images for U-Isaya 6:8-10

U-Isaya 6:8-10 - Ngase ngizwa izwi leNkosi lithi: “Ngiyakuthuma bani, futhi ngubani oyakusiyela na?” Ngase ngithi: Nangu mina; ngithumele.
Wathi: “Hamba, uthi kulaba bantu: ‘Yizwani nokuzwa, kepha ningaqondi; niyabona, kepha aniboni.
Yenza inhliziyo yalaba bantu ikhuluphale, wenze izindlebe zabo zibe lukhuni, uvale amehlo abo; funa babone ngamehlo abo, bezwe ngezindlebe zabo, baqedisise ngenhliziyo, baphenduke, baphiliswe.U-Isaya 6:8-10 - Ngase ngizwa izwi leNkosi lithi: “Ngiyakuthuma bani, futhi ngubani oyakusiyela na?” Ngase ngithi: Nangu mina; ngithumele.
Wathi: “Hamba, uthi kulaba bantu: ‘Yizwani nokuzwa, kepha ningaqondi; niyabona, kepha aniboni.
Yenza inhliziyo yalaba bantu ikhuluphale, wenze izindlebe zabo zibe lukhuni, uvale amehlo abo; funa babone ngamehlo abo, bezwe ngezindlebe zabo, baqedisise ngenhliziyo, baphenduke, baphiliswe.