U-Isaya 55:1-2

U-Isaya 55:1-2 CZB24

Awu, wonke owomileyo uyeza emanzini, nongenamali; wozani nithenge, nidle; yebo, wozani nithenge iwayini nobisi ngaphandle kwemali nangaphandle kwentengo. Nichithelani imali kukho okungesiso isinkwa na? nomshikashika wenu kulokho okunganelisi? Lalelani kahle Kimi, nidle okuhle, umphefumulo wenu ujabule ngamanoni.

Verse Images for U-Isaya 55:1-2

U-Isaya 55:1-2 - Awu, wonke owomileyo uyeza emanzini, nongenamali; wozani nithenge, nidle; yebo, wozani nithenge iwayini nobisi ngaphandle kwemali nangaphandle kwentengo.
Nichithelani imali kukho okungesiso isinkwa na? nomshikashika wenu kulokho okunganelisi? Lalelani kahle Kimi, nidle okuhle, umphefumulo wenu ujabule ngamanoni.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Isaya 55:1-2

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo