U-Abrama eseneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye uJehova wabonakala ku-Abrama, wathi kuye: “NginguNkulunkulu uSomandla; hamba phambi kwami futhi uphelele. Ngiyakwenza isivumelwano sami phakathi kwami nawe, nginandise kakhulu. U-Abrama wawa ngobuso bakhe, uNkulunkulu wakhuluma kuye, wathi: Mina-ke, bheka, isivumelwano sami sikuwe, futhi uyakuba nguyise wezizwe eziningi. Igama lakho alisayikuthiwa u-Abrama, kepha igama lakho liyakuba ngu-Abrahama; ngoba ngikwenze uyise wezizwe ezinengi.
Funda UGenesise 17
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UGenesise 17:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo